Ayixoxeki Nakuxoxeka (Zulu, Paperback)
Uthi ubuwazi ukuthi izinkinga eziningi ezikhungethe izwe zibangelwa wukungalaleli nokungabi nantshisekelo ngenqubekela phambili empilweni yakho?
Uthi ubuwazi ukuthi ukungabi nambono nezifiso ezinkulu ngempilo yakho kungaholela ekucekeleni phansi kwekusasa lakho unomphela? Ungahlakanipha, uphile kahle, kodwa uma ungalaleli futhi kungekho nemigomo ekulawulayo, ungangena nenhlakanipho yakho ejele noma ethuneni kungafanele.
UMugqa uhlakaniphile, uphila kahle, kodwa indlela aziphatha ngayo imfaka ezinkingeni ezinkulu. Uzithola esehlala emigwaqeni yedolobha nasemahlathini ngezizathu ezithile. Ake uphenqe la makhasi ale ncwadi uzifundele ukuthi lo mfana uhlangabezana naziphi izinkinga futhi uphuma kanjani kuzona.
UNtando ude wayibeka inqawa, kodwa ke zifundele mfundi uzivele. Kuluncuthu mazangwa!
General
Imprint
|
Maskew Miller Longman (Pty) Ltd |
Country of origin
|
South Africa |
Release date
|
December 2016 |
Availability
|
Supplier out of stock. If you add this item to your wish list we will let you know when it becomes available. |
Authors
|
Mbongeni Cyprian Nzimande |
Dimensions
|
210 x 137 x 9mm (L x W x T) |
Format
|
Paperback |
Pages
|
128 |
ISBN-13
|
978-0-636-20761-5 |
Barcode
|
9780636207615 |
Languages
|
value |
Categories
|
Books – All BooksChildren’s & EducationalFictionFiction dealing with specific issuesGeneral
Books – All BooksChildren’s & EducationalLanguage & literatureModern languages (other than English)Literary textsGeneral
Books – All BooksBooks – ChildrenFiction Dealing With Specific Issues
Books – All BooksBooks – ChildrenGeneral
Books – All BooksLocal Author ShowcaseFiction – kids & teens
|
LSN
|
0-636-20761-7 |
| Ayixoxeki Nakuxoxeka (MML Literature Awards 2016) |
Only logged in customers who have purchased this product may leave a review.
Reviews
There are no reviews yet.